I-Dubby Dino Ukwakheka & imiBala umdlalo wezemfundo wezingane ezisenkulisa nezicathulayo. Lelizwe elimibalabala le-Dinos linemidlao emnandi yabathathulayo abano2-5 ukubasiza ukubona futhi baqonde ukwakheka nemibala. Lemidlalo yezemfundo yabacathulayo ifanele abana2-5 iminyaka!
Kwi-Dubby Dino Ukwakheka nemiBala, izingane zingafunda ukuhluza ngokwakheka, ukuhluyza ngoikwemibala, zifunde ukufaka imibala, nokuningi! Lemidlalo yezingane ezicathulayo izozisiza ukukhulisa amakhono okukhomba imibala nokwakheka kwezinto.
Ingane yakho encane - ingadlala imidlalo yezemfundo eyahlukene nge-Dinos. Izingane nabacathulayo abana2-5 bengafunda ukukhomba, ukulandela nokuhlukanisa ukwakheka nemibala.
Izici ze-Dubby Dino Ukwakheka & Imibala:
- Imidlao eyahlukene yemidlalo yezemfundo esebenzisanayo
- Dlala nama-Dino
- Izindikimba ezimibalabala
- Funda ukufaka imibala nokudweba
- Imidlalo elula yokwakheka nokufaka imibala
- Imidlalo yokuhluza nokuqondanisa
Lemidalo yezemfundo emnandi iqukethe lokhu:
1) Imidlalo yokulandela: Ingane yakho ingafunda ngokwakheka kwezinto okwehlukile njengezikwele, izindilinga, ama-ovali, njll., bese kuthuthuke namadla ezandla zayo ngokulandela
2) Ukuhluza ukwakheka: Ngosizo lwezinhlanzi, amakhekhe, nokunye okuningi, izingane zifunda ukuhlukanisa ukwakheka zifundenokuhluza. Ukuhluza ngokwakheka kuzokhulisa amakhono okucabanga engane yakho.
3) Imidlalo yezemfundo ye-Tangram: Qondanisa ukwakheka ukwakha izimoto, amathilakhi, amabhasi nokuningi! Sithembisa ukwakha amakhono ezange yakho okuzimatanisa enkundleni.
4) Ubuso obuhlekisayo: Funda izimo zobuso nokwakheka okuhlekisayo kulomdlalo bese udedela ingane yakho ibe nesikhathi sokufunda esimnandi ngokwakheka okumbalabala nabalingisi,
5) Imidlalo yezimoto enokwakheka: Thatha uhambo nge-Dino ukufunda ngokwakheka nemibala.
6) Chitha ujeli: Kulomdlalo, ojeli baqhamuka ngezindlela ezahlukene. Izingane kumele zithinte ujeli ukufunda ngezinhlobo ezahlukene nokwakheka.
Yima! Akupheleli lapho! Ufuna ukuthola okunye? Dlala i-Dubby DInoUkwakheka nemiBala: Imidlalo yezemfundo eyahlukene yezingane ezino2-5.
Kubuyekezwe ngo-
Nov 11, 2024
Okungaxhunyiwe ku-inthanethi