Ngabe uyayithanda imidlalo yama-fairy? Uma kunjalo lomdlalo osamlingo woMbuso wama-Fairy ukufanele. KuleliDolobha loMlingo, uyakwazi ukuhlola idolobha lomilingo egcwele abathakathi besilisa, abathakathi besifazane, ama-fairy, ama-elf, kanye nabanye abalingisi. Zidalele indaba yakho esamlingo utshengise ubuciko bakho bokudala.
Thinta, usebenzisane futhi udlale ngamakhulu ezinto zobuciko. Ungahle uthole izimanga ezifihlakele!
Hlola onke amagumbi abangani bakho kulomdlalo! Yini esekhabetheni lomthakathi wesilisa? Iziphi izithako ezingena ebhodweni lomthakathi wesifazane?Kuthole lokhu kulemidlalo yama-fairy!
Izici zomdlalo weDolobha loMlingo:
Kulomdlao wezwe lama-fairy, uthola inqwaba yamafairy, abathakathi besilisa, abathakathi besifazane nokunye.
Phila kulelizwe lomlingo eligcwele izindawo ezahlukene ongaya kuzo ezinjengeKhaya lama-Fairy, Indlu yoMthakathi wesifazane, Ihlathi loMlingo, Imigodi yokuvalela iziboshwa, Igumbi loMthakathi wesilisa, Igumbi elinekhabethe lezingubo zama-Fairy, Ingadi, Isigodi, Indawo yokudlela nokunye okuningi!
Uphephile ukudlala. Siyazigqaja ngokugcina imidlalo yethu iphephile ukudlalwa izingane.
Awudingi ukuxhumana ne-inthanethi ukudlala lomdlalo. Dlala ungaxhumene ne-inthanethi. Lomdlalo muhle ukulibazisa isikhathi eside.
Uma uyithanda lemidlalo yama-fairy, uzoyithanda neminye yemidlalo yethu nayo! DOWNLOADA le-app namanye manje!
Kubuyekezwe ngo-
Okt 22, 2024
Okungaxhunyiwe ku-inthanethi