”Obukela ngaphandle, uyaphupha. Obukela ngaphakathi, ngoyena ophapheme (oqaphelayo)” Injabulo yenkohliso - Carl Jung: Ukukhetha uthando ngaphezu kokwesaba, incwadi iyingxenye yezigaba ezine ngokuphaphama. Lencwadi ibonisa. Izindlela eziningi esingazithatha empilweni ezingelona iqiniso kanye nokuthi singakuthola kanjani ukuthula okungokweqiniso nenhloso yezimpilo zethu. Uma ubudlelwano bethu nomhlaba bakhiwe ngokubheka ukubuswa ukwesaba, uhambo lwethu empilweni lungezwakala lunomzwangedwa nocindezeleko. Izinkinga ezingapheli, imithwalo enzima, kuvamise ukwakha izivikelo ngaphakathi, ukuze sikwazi ukuvikeleka kucindezeleko lwemizwa. Nakuba lezizivikelo ziphinde zisenze ukuba sibesodwa singazibandakanyi nokwenzeka eduze kwethu, kubala nobuthina obuliqiniso. Injabulo yenkohliso iyincwadi yokomoya eveza ukuthi silamukela kanjani uthando ngaphezu kokwesaba, khawula ukufuna injongo nenjabulo kwizindlela zangaphandle nobudlelwane bomhlaba, kunalokho ibheke ngaphakathi.
Translator: Zulu Happy
PUBLISHER: TEKTIME